UTinkler ngeke amthathe uBacela

2016-07-26 07:49

Johannesburg - Iqembu elisha ku-PSL, iCape Town City, isithathe isinqumo sokungamsayinisi owayengumdlali we-Orlando Pirates ne-University of Pretoria, uLennox Bacela, kusho umqeqeshi u-Eric Tinkler, ngokombiko.

Lo mdlali bekulindeleke aphinde asebenzisane noTinkler, njengoba ebezama inhlanhla kuleli qembu, kodwa kubukeka sengathi wehlulekile ukuchaza uTinkler.

“Ngeke simsayinise uLennox,” kusho uTinkler kwiKickOff.com.

Funda nalolu daba: 'IChiefs kwakumele ivume noParker'

“Kade sasisho ukuthi uma sisayinisa abadlali abangabagadli, kumele kubengabangcono kakhulu kunalabo esinabo.”

UTinkler uqhube wathi sekusele kancane isikwati sakhe sihlangane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.