UTinkler uthi ikusasa lakhe liseMayfair

2016-05-27 13:33

Johannesburg - Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Eric Tinkler usephebeze amahlebezi ammatanisa neqembu lasePortugal iVitoria Setubal, wathi yena ikusasa lakhe liseMayfair.

Imibiko yakamuva ithi uTinkler angase abuyele kwiVitoria, okuyiqembu alidlalela kusukela ngo-1992 kuya ku-1996.

Kodwa nakuba amahlebenzi ekhona, lo mqeqeshi umile kwelokuthi abakaze bakhulume naye.

Funda nalolu daba: 'Ngisadidekile ngokushona kukaTed'

Uthi amahlebenzi lawa kanti futhi amthuse kabi ngesikhathi ewezwa ngoba leli qembu belingakaze lixhumane naye.

Uqhube ngelokuthi akumele abantu bakholwe yonke into ebayifundayo kanti futhi lolu daba aluwaphazamisanga amalungiselelo omdlalo wabo neSuperSport United weNedank Cup ongoMgqibelo ePeter Mokaba Stadium.

Uphethe ngelokuthi yena ungumqeqeshi wePirates futhi ikusasa lakhe likuleli qembu, uyakujabulela ukuba kulona, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.