Utshele abelungu ukuthi okungekhona okwabo ngeke kwaba ngokwabo

2017-09-29 11:03

Harare – UMengameli Robert Mugabe uthi abelungu bafika eZimbabwe bafuna ukuyenza eyabo, bakushaya indiva ukuthi “okungekhona okwakho akusoze kwaba ngokwakho”.

UMugabe,93, ubekhuluma emngcwabeni ngoLwesine lapho encome khona abantu abafana nowayeyiphini likamengameli uJoseph Msika ngokulwisana nombuso wabamhlophe.

"Uma ufika endaweni yami bese uthi ngeyakho, ngizokulwisa. Yilokho abantu abafana noJoseph Msika ababelwisana nakho,” kusho uMugabe emngcwabeni kamfelokazi kaMsika, uMaria Msika,89.

OLUNYE UDABA: Uchithe ubusuku besibili esitokisini umfundisi owaboshwa

"Abelungu bafika eZimbabwe bafuna ukuyenza eyabo bakhohlwa ukuthi okungekhona okwakho akusoze kwaba ngokwakho noma ngabe ukulwela kanjani,” kubika iHerald eNational Heroes Acre eHarare.

UMugabe wasungula uhlelo olunodlame lokuphuca abelungu umhlaba eZimbabwe ngo-2000

Kubantu abamhlophe ababalelwa kwabangu-4 000 ababenomhlaba, balinganiselwa emakhulwini ambalwa abasala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.