Utshwala buyingozi kunensangu - Ungoti

2017-08-05 14:40

Pretoria – Utshwala buyingozi kunensangu, kusho ungoti ngesikhathi ethula ubufakazi enkantolo enkulu ngoLwesihlanu emizameni yokuba insangu ibesemthethweni.

“Kungabamnandi emphakathini uma insangu ingangena esikhundleni sotshwala futhi nesimo sempilo singangcono kakhulu, lokho kumele kucatshangisiswe,” kusho uSolwazi David Nutt ethula ubufakazi eNkantolo eNkulu ePitoli.

UNutt ungudokotela wengqondo eBhrithani aphinde abeyi-neuropsychopharmacologist – okungumuntu owenza ucwaningo ngomthelela wezidakamizwa  engqondweni.

OLUNYE UDABA: Wethembisa ngokugonyuluka otholakale nekhanda lomuntu

Ubethula ubufakazi ngasohlangothini ‘lwezithandani zensangu’ uJulian Stobbs noMyrtle Clarke, abazama ukuba kugunyazwe ukusetshenziswa kwensangu, itshalwe iphinde idayiswe.

Uthe utshwala bulimaza ukusebenza komqondo, kudala ama-ulcer bulimaze nesibindi, futhi bunomthelela ongemuhle emakhaya, buvame ukudala udlame.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.