UTutu uthi unethemba lokuthi abantu bazovota ngendlela efanele

2016-08-03 12:21

Cape Town - U-Archbishop Emeritus Desmond Tutu uthi unethemba lokuthi bonke abantu ivoti labo bazolisebenzisa ngendlela efanele.

UTutu uvotele eMillerton High School ngaphambi kwehora leshumi ekuseni ngoLwesithathu.

UTutu ubehambisana nomkakhe uLeah.

Funda nalolu daba: 'Angikwazi ukuvota ngoba bathi sengashona'

Utshele izintatheli ukuthi namanje akakakholwa ukuthi abantu abamnyama sebeyavota eNingizimu Afrika, kubika iSABC.

UTutu uthi unethemba lokuthi bonke abantu bazosebenzisa ivoti labo ngendlela efanele.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.