Uvalelisile "uKarabo" kuGenerations

2016-06-30 14:27

Johannesburg - Umlingisi wodumo uConnie Ferguson usewushiyile umdlalo owuchungechunge kumabonakude iGenerations: The Legacy.

Isihlabani akulo mdlalo uRapulana Seiphemo odala indawo kaTau Mogale ebuyelile kuGenerations: The Legacy siphambane noConnie emnyango njengoba esevalelisile kulo mdlalo.

OLUNYE UDABA: Uzokhipha iziphuzo bamahhala umsakazi emcimbini wokumvalelisa

Lesi sihlabani siqophe imidlalo yaso yokugcinga ngoLwesithathu ntambama.

Okhulumela abeGenerations: The Legacy uGaaratwe Mokhethi ngoLwesine uthe bekumuncu uConnie evalelisa kozakwabo nomsunguli womdlalo uMfundi Vundla.

 - SundayWorld

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.