UVavi umema abantu ukuba 'bayovimbezela' uGigaba angangeni ehhovisi

2017-03-31 09:31

Johannesburg – Lowo owayengunobhala jikelele weCongress of South African Trade Unions (Cosatu) uZwelinzima Vavi usenxuse bonke abantu baseNingizimu Afrika ukuba bajoyine iSouth African Federation of Trade Unions namalungu ayo emashini ezolibhekisa emahhovisi kaMgcinimafa ngoLwesihlanu ekuseni.

UVavi uthi zonke izakhamuzi ezikhathazekile ngekusasa lezwe kumele zibajoyine uma sebeya eMnyangweni wezeziMali ukuyonqanda labo athi, baqokwe uZuma nabakwaGutpa, ekungeneni khona.

Ugqugquzele noma ngabe obani ofisayo ukuba babuthane eChurch Square ePitoli ngo-10:00 ekuseni.

OLUNYE UDABA: UMaimane ufuna iPhalamende lixoshe uZuma

“Noma ngabe yisiphi isisebenzi, umuntu waseNingizimu Afrika, woza nefulegi lakho sizobhikisha ngokuthula. Akwazeke ukuthi wasukuma waphakamisa ngesikhathi uMengameli  enza okungalungile kubantu bakuleli.”

UMengameli Jacob Zuma umemezele izinguquko kwiKhabhinethi lakhe, waxosha uNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan, yiphini lakhe uMcebisi Jonas, uNgqongqoshe wezokuVakasha uDerek Hanekom, owezokuThutha uDipuo Peters kanye nowezemisebenzi yoMphakathi nokuphathwa kwayo uNgoako Ramatlhodi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.