UVavi uthi ufuna kuphele unyaka inyunyana yakhe inamalungu ayisigidi

2017-05-23 15:59

Johannesburg - UZwelinzima Vavi uthi uyabazwela labo abasalangazelele i-ANC yakudala, kubika iDaily Sun.

Uthi kumele bakhohlwe yilelo bhasi ngoba kade lahamba futhi ngeke basakwazi ukubuyisela uKhongolose ku-Freedom Charter.

“Laba abanemali sebeyigodlile i-ANC, i-ANC eyayimele abahlwempu kanye nabasebenzi ayisekho,” kusho uVavi.

UVavi usho lokhu esithangamini sabezindaba eGoli ngoMsomuluko ngemuva komhlangano wokuqala wesigungu esiphezulu senyunyana yabasebenzi esanda kwethulwa.

Lo Nobhala-Jikelele wenyunyana yabasebenzi eyaziwa ngokuthi yiSouth African Federation of Trade Unions uthi bafuna ukuba namalungu angaphezu kwesigidi ngokuphela kwalo nyaka.

OLUNYE UDABA:UVavi usephinde waxolisa ngokusiza kuketulwe uMbeki

Uthi bayazi ukuthi kunezinhlangano ezizama ukuyibhidliza le nyunyana njengoba noMnyango wezabaSebenzi unqaba ukubhalisa izinyunyana ezintsha ezingaphansi kwale nhlangano.

Yize kunjalo, uVavi uthembisa ukuthi izinyunyana ezingaphansi kwe-SAFTU zizokwenza konke okusemendleni ukuvikela amalungu ayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.