Uvele enkantolo ubaba 'owabulala isoka lendodakazi'

2017-02-14 19:31

Lagos – Owesilisa waseNigeria kubikwa ukuthi uvele enkantolo ngemuva kokubulala aphinde ‘angcwabe’ owesilisa oneminyaka engu-22 ubudala ayemsola ngokuthandana nendodakazi yakhe.

Ngokombiko weDaily Post, uGodwin Elewana wabulala uDouglas Ijugbo ngoMashi 2015 emsola ngokujola nendodakazi yakhe.

Kodwa encwadini ebhalwe nguyise kamufi eyibhalela umphathi wamaphoyisa, uthe indodana yakhe yayingathandani nendodakazi yomsolwa.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe inesi ngokwebiwa kosana

Uthi  indodana yakhe yayifuna imali ye-laptop endodakazini yomsolwa.

Umshushisi Amaja Eneji uchaze umsolwa njengomuntu oyingozi enkulu, owahubha uDouglas ibanga elingangekhilomitha ngaphambi kokuba amdubule emlenzeni nasengalweni.

U-Eneji uphinde wathi ngaphambi kokubulawa kukaDouglas, umsolwa waya emaphoyiseni endawo wahlela nelinye lamaphoyisa ukugqiba umufi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.