Uvele enkantolo uthisha ‘owashaya umfundi oyisitabane’

2016-07-15 18:32

Nairobi – Uthisha waseKenya usolwa ngokushaya umfundi ngempama wavaleka izindlebe kulandela ukumsola ngokuba yisitabane.

Lo thisha, uWycliffe King’ori, ubevele enkantolo ngoLwesine ngezinsolo zokuqhasabula ngempama intombazane kulesi sigameko okuthiwa senzeka ngoMashi.

UKing'ori usolwa ngokushaya ngempama umfundi, 16, ngemuva kokuzwa ngabanye abafundi ukuthi uyisitabane, kusho umbiko weDaily Nation.

OLUNYE UDABA: Uthisha ushaye wabulala umfundi ongakhokhanga esikoleni

Le ntombazane yatshela inkantolo ukuthi uKing'ori awayihlaba ngempama ngemuva kokuyiqonda wathi ayicacise ngala mahlebezi awazwile.

Le ngane ithi yalimala kabi kwadingeka ukuthi iyohlinzwa.

Kuzokhumbuleka ukuthi ubutabane buyicala eKenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.