Uvelile enkantolo ubaba osolwa ngokubulala amawele akhe

2017-11-24 17:59

Cape Town - Owesilisa ongudokotela odabuka eSpain osolwa ngokubulala amawele akhe, ubebukeka ezothile ngesikhathi evele eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape esigcawini esandulela icala ngoLwesihlanu.

Ummeli kaMario-César Deus Yela, u-Asghar Mia, uqinisekisile ukuthi uzakwabo uWilliam Booth, obemumele, ulinde ukuzwa kwindlu yenxusa laseSpain ngenqubekelaphambili futhi ubengakaxhumani kahle nekhasimende lakhe.

UYela usolwa ngokubulala izingane zakhe, o-Octavia noMaximo, emzini ohlala izivakashi eHout Bay, eKapa, ngo-Ephreli.

Lowo owayengunkosikazi wakhe uJulia Engelhorn wathola izidumbu zalezi zingane ezazineminyaka emithathu ubudala zisegumbini lokulala ngesikhathi uYela emumemele kulo muzi ukuba bazodla isidlo sasemini.

OLUNYE UDABA: Uzovela enkantolo osolwa ngokubulala amawele akhe

Kwathi uma efika lo wesifazane, uYela wamtshela ukuthi usebulele amawele abo.

Ingane yabo yesithathu yayisesikoileni ngaleso sikhathi.

UYela usolwa nangokusabisa ngokugwaza u-Engelhorn, okuthiwa wakwazi ukweqa wabaleka wabe esecela usizo konogada. Usolwa nangokweba imoto ka-Engelhorn yohlobo lweToyota Prado.

Kumanje ugqunywe esitokisini ngemuva kokuthi anqatshelwa ibheyili egcina ukuvela eNkantolo yeMantshi yaseWynberg.

Icala lihlehliselwe umhlaka-23 Febhuwari.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.