Uvelile enkantolo uPenny Sparrow

2016-07-20 16:01

Cape Town – Owesifazane wakwaKwaZulu-Natal owafanisa abantu abamnyama nezinkawu, uPenny Sparrow, uvele eNkantolo yeMantshi yaseScottburgh ngecala lokwehlisa isithunzi.

Lokhu kuza ngemuva kokuthi iNkantolo yezokuLingana yamthola enecala lokukhuluma inkulumo enenzondo, alivulelwa yi-African National Congress (ANC).

Wabe esehlawuliswa u-R150 000 ngenyanga eyedlule.

OLUNYE UDABA: Osaziwayo bakuleli sebevulele uPenny Sparrow icala

Ummeli we-ANC uPeter Williams uthe icala alivulelwe kwenye inkantolo lilalelwe ngoLwesithathu.

USparrow wayalelwa ukuba anikele ngale mali ehlawuliswa yona kwi-Adelaide and Oliver Tambo Foundation njengesijeziso sokukhuluma inkulumo enokucwasa ngokwebala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.