Uvelile enkantolo uthisha osolwa ngokudlwengula umfundi

2018-04-27 12:01

Cape Town - Uvelile enkantolo uthisha wasesikoleni esiseHermanus ngezinsolo zokudlwengula omunye wabafundi bakhe, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

"Singakuqinisekisa ukuthi lo thisha uboshwe ngoLwesibili ngecala lokudlwengula, ukuthumba nokukhomba ngesibhamu," kusho uLieutenant Colonel Andre Traut ngoLwesine.

OLUNYE UDABA:Uthisha ezinsolweni zokunukubeza abafundi ngokocansi

Lo mfundi wesekwa ngowezenhlalakahle, osebenzisana nezinkantolo, uJessica Shelver, kusho okhulumela uNgqongqoshe wezeMfundo eWestern Cape uDebbie Schäfer, etshela iNews24.

"Bekuhlelwe ukuba afake isicelo sebheyili izolo," kusho uShelver.

Owamaphoyisa ase-Overberg cluster uBrigadier Donovan Heilbron uthe lo thisha uvele eNkantolo yeMantshi yaseHermanus ngoLwesine kanti icala lihlehliselwe umhlaka-17 Meyi eseyofaka isicelo sebheyili.

Uzogcinwa esitokisini aze aphinde avele enkantolo, kusho uHeilbron.

Igama lalo thisha ligodliwe ngoba ubengakalivumi futhi ubengakaliphiki icala.

Ayiho eminye imininingwane edaluliwe ngenhloso yokuvikela lo mfundi, usho njalo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.