Uvelile obhekene nelokubulala unkosikazi kanye nokhwekazi wakhe

2018-04-05 18:00

Umsolwa obhekene namacala amabili okubulala uvele phambi kweMantshi yakaBhokweni eMpumalang, kubika iMpumalanga News.

Lo mlisa waboshwa ngamaphoyisa aseMbombela ngemuva kokuba alunywe indlebe ngamalungu omphakathi.

"Ngomhlaka 1 kwephezulu amaphoyisa athole umbiko ngowesilisa odubule wabulala umkakhe kanye nokhwekazi wakhe ekhweni lakhe kaBhokweni.

"Lokhu kuthiwa kwenzeka ngomhlaka 29 Mashi kanti umsolwa wabaleka ngemuva kukubulala laba bobabili,"kusho okhulumela maphoyisa uCol Mtsholi Bhembe.

OLUNYE UDABA:Ugwetshwe udilikajele owabulala unkosikazi kamfowabo ngesihluku

UBhembe uthi isikhali okuyisona esasetshenziselwa leli cala sahanjiswa emaphoyiseni yizihlobo zakhe umsolwa.

Lo msolwa ubogwengoLwesibili wabekwa amacala amabili okubulala.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.