Uvelile ogwaze wabulala omunye kubangwa ubhiya e-E Cape

2016-07-13 07:57

Johannesburg – Ivelile oindoda enkantolo yase-Eastern Cape ngoLwesibili ngezinsolo zokubulala enye kubangwa ubhiya endaweni yaseKantolo, eCentane, kusho amaphoyisa.

UXolile Dlabantu oneminyaka engu-52 ubudala usolwa ngokugwaza uMasixole Sonti oneminyaka engu-40 ubudala esifubeni ngempelasonto, kusho uCaptain Manatha.

OLUNYE UDABA: Owesifazane uliphikile elokubulala umyeni kubangwa ukudla

USonti ushonele esibhedlela. Kuzwakale ukuthi babenokungaboni ngaso linye mayelana nobhiya kanti kusolwa ukuthi uDlabantu uzame ukuxazulula udaba ngommese.

UDlabantu uvele eNkntolo yeMantshi yaseCentane.

Icala likaDlabantu lihlehliselwe umhlaka-26 Julayi ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.