Uvelile osolwa ngokubulala intombi nomama wayo

2016-07-12 08:33

Kranskop - Ivelile indoda eNkantolo yeMantshi yaseKranskop ngoMsombuluko ngamacala okubulala intombi nomama wayo, kusho maphoyisa aKwaZulu-Natal.

Icala lale ndoda eneminyaka engu-36 ubudala lihlehliselwe umhlaka-27 Julayi kanti izogcinwa esitokisini ize ibuyele enkantolo, kuasho uLieutenant-Colonel Thulani Zwane.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele osolwa ngokubulala intombi nomama wayo

Le ndoda yavakashela la bantu besifazane bobabili oneminyaka engu-25 ubudala noneminyaka engu-50 ubudala emzini oseKwazini, eKrasnkop ngoLwesine. Kwaqubuka ingaxabo le ndoda kusolwa ukuthi yahosha isibhamu sayo yadubula yababulala bobabili.

Abaseshi baseKranskop babopha le ndoda KwaDukuza ngoLwesihlanu. Kwashaqwa isibhamu eNanda. Lesi sibhamu sizohlolwa.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.