Uvelile osolwa ngokubulala umama nengane yakhe

2017-06-12 18:00

Cape Town - Owesilisa osolwa ngokubulala umama kanye nendodakazi yakhe ubingelele iMantshi yase-Atlantis ngoMsombuluko.

UWildred Winson Oliphant, 35, ubhekene namacala okubulala u-Octavia Skippers, 23, nendodakazi yakhe eneminyaka emibili ubudala uCleo Skippers.

U-Oliphant akasifakanga isicelo sebheyili ngesikhathi ebingelela imantshi kanti abashushisi boMbuso bathi bazosiphikisa isicelo sakhe uma esefisa ukusenza ngokuhamba kwesikhathi.

Lo msolwa, ngokusho kuka-Eric Ntabazalila okhulumela i-NPA esifundazweni iWestern Cape, uzogqunywa esitokisini kuze kube wumhlaka 14 Julayi 2017 lapho ezovela khona

OLUNYE UDABA:Kubambezeleke umngcwabo umndeni ufuna kulotsholwe umufi

Izidumbu zalaba abashonile zatholakala ehlathini ngesonto eledlule kanti amakhanda abo ayegqitshwe esihlabathini.

U-Octavia nendodakazi yakhe bagcina ukubonakala besendleleni eya endaweni yokucwala izinwele.

Umsolwa waboshwa eBellville ngemuva kwezinsuku ezimbili kutholakale izidumbu.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.