Uvelile owadlwengula "udadewabo" bakha "ubudlelwano"

2016-05-14 14:01

Harare - Owesifazane wabukela indodana yakhe unyaka wonke inukubeza indodakazi yakhe angayizali enem,nyaka engu-15 ubudala, etshela isisulu ukuthi abakwenzayo yindlela yokwakha ubudlelwano phakathi kwabo, kusho inkantolo.

Le mininingwane ivele ngesikhathi kuqulwa icala likaTerence Peter, 23, waseMukavhi ovele enkantolo yesifunda ebhekene necala lokudlwengula.

Umsolwa uliphikile icala.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele osolwa ngokudlwengula indodakazi ewusana

Icala lihlehlele umhlaka-16 Meyi ukuze kuzolalelwa isigwebo.

UPeter uziphikile izinsolo watshela inkantolo ukuthi le ngane yentombazane iqamba amanga ngezinsolo zokudlwengulwa.

"Iqamba amanga ngokudlwengulwa ngoba kungabowna ngaso linye emndenini."

Umshushisi uSophia Busvumani utshele inkantolo ukuthi uPeter waqala ukudlwengula le ntombazane ngoJanuwari 2014 ngesikhathi laba bobabili beshiywe bodwa.

UBusvumani uphinde wathi njalo le ngane uma ibikela umama wayo ongayizali wayeyitshela ukuthi ayivale umlomo.

Lolu daba lwavela ngomhlaka-28 Julayi ngemuva kokuba le ntombazane ibikele umfowabo azalwa naye , uPeter waboshwa ngemuva kokuba kubikelwe amaphoyisa ngezinsolo.

Le ntombazane yaya esibheldlea iSiveria lapho eyahlolwa khona ngodokotela, umbiko kadokotela waba yingxenye yobufakazi, kubika iMyZimbabwe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.