Uvelile owavulela ngenhlamvu endaweni yokudlela eW Cape

2017-10-03 18:00

Cape Town - Amaphoyisa ophiko loKlebe abophe umsolwa ngoLwesihlanu kulandela uphenyo ngesigameko sokudubula esenzeke endaweni yokudlela esendaweni yomntakabani iCamps Bay.

Abantu ababili bathola amanxeba okudutshulwa ngesikhathi indoda eyayihlomile ingena kule ndawo iCafe Caprice ngo-Ephreli yafike yavulela ngenganono.

OLUNYE UDABA:Kuqinisekiswe ukudutshulwa kwemenenja eSakhumzi

Le ndoda ivelie eNkantolo yeMantshi yaseKapa ngoMsombuluko, icala layo lahlehliselwa isonto elizayo.

ULloyd Ramovha okhulumela oKlebe uthe: "Umsolwa ubhekene namacala amabili okuzama ukubulala ngemuva kokulimala kwezisulu ezimbili ngesikhathi evulela ngenhlamvu kumakhasimende akule ndawo. 

"Udaba luhlehliselwe umhlaka-9 Okthoba ukuze ezofaka isicelo sebheyili."

 - EWN


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.