Uvelile owesimame owakha itulo lokubulala umyeni wakhe

2017-03-21 10:31

Johannesburg - Owesimame oneminyaka engu-53 ubudala uvele phambi kweMantshi yaseWhite River ngoMsombuluko.

UMaria Ferreira, wasePonta do Oura, eMozambique, unqatshelwe ibheyili kanti uzohlala esitokisini ave avele enkantolo ngomhlaka 27 kwephezulu.

Ngokusho kukaDineo Sekgotodi okhulumela uphiko loKlebe eMpumalanga, umyeni walo msolwa ubehlele ukuthi umyeni wakhe abulaselwe ngaseMalelane eMpumalanga ngeSonto uma bebuya sebebuyela eMozambique.

OLUNYE UDABA:Ikhansela le-ANC livele enkantolo ngezinsolo zokuzama ukubulala

Ngokusho komthombo wamaphoyisa ocele ukuba igama lakhe lingadalulwa uthe lo wesimame umnike imali engangoR500 kaphethiloli wabuye wamkhokhela uR20 000 ngomsebenzi wokubulala.

Ngemuva kokuba lo msolwa akhokhele lendoda amaphoyisa agxume ahlala phezukwakhe ngozankosi.

Amaphoyisa asethole eminye imininingwane yokuthi lo msolwa usemshadweni wesithathu kanti amadoda akhe amabili aphambilini ashona ngokubulawa.

Umyeni wakhe wesibili wagwazwa amanxeba ayisikhombisa emzini wakhe oseBronkhorstspruit ngo-2012. Wayeshintsha isondo lemoto ngesikhathi ehlaselwa kanti icala lokubulawa kwakhe lisaphenywa.

Nomyeni wakhe wokuqala naye wabulawa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.