Uvelile umnikazi weloli eyadlula nabantu abangu-24 ePinetown

2016-07-13 12:35

Durban - Uvelile enakntolo yeMantshi yaseVerulam ngoLwesithathu umnikazi weloli eyadala isibhicongo sengozi  yashayisa inqwaba yamatekisi kuFields Hill, ePinetown ngo-2013, kwashona abantu abangu-24.

UGregory Govender wenkampani iSagekal Logistics ubhekebne necala iContravention of the National Road Traffic Act nele Contravention of the Immigration Act.

OLUNYE UDABA: 

Iloli yakhe yayishayelwa nguSanele May odabuka eSwazini ngesikhathi ishayisa kuFields Hill ngemuva kokungasebenzi kwamabhuleki.

UMey njengamanje udonsa isigwebo seminyaka engu-8 ejele ngecala lokubulala ngokungenhloso.

UGovender udedelwe ngesexwayiso kanti ulindeleke ukuba avele enakntolo ngomhlaka-12 Agasti.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.