Uvelile umshayeli 'obulale' umgibeli eshayisa

2016-07-28 10:00

Harare - Umshayeli wetekisi obeshayela ngaphandle kwezincwadi zokushayela usolwa ngokungayilandeli imithetho yomgwaqo eHarare wadala ingozi edlule nomgibeli wetekisi oyedwa kwalimala ababye abane.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa 'abeziphuzela obhiya' kubulawa umfundisi

Ngemuva kwengozi eyenzeke ngesikhathi sesiphithiphithi u-Alfred Chimusuku, 25, ubalekile endaweni yesigameko washiya kanjalo abagibeli bebambeke ngaphakathi.

Izolo uChimusuku uvele eNkntolo yeMantshi yaseHarare ngamacala amabili elokubulala ngokungenhloso nelokushayela budedengu, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.