Uvelile umyeni weSekela likaSotswebhu we-ANC 'ngokuqamba amanga'

2018-01-11 11:00

Malalane - Umyeni weSekela likaSotswebhu kaKhongolose uvelile eNkantolo yeMantshi yaseNkomazi ngokubandakanyeka ezinsolweni zokuqamba amanga ngokudunwa.

Amaphoyisa aphinde aphenye le ndoda ngokutholakala kwesibhambu sokuzingela emotweni yayo.

Okhulumela amaphoyisa aseMpumalanga uBrigadier Leonard Hlathi uqinisekise ukuthi uVusi Dlakude, 49, ongumyeni weSekela likaSotswebhu uDoris Dlakude, uvelile enkantolo ngoLwesibili ngecala lokuqamba amanga.

OLUNYE UDABA:UBabalwa Breakfast uboshelwe ukuqamba amanga enkantolo

UHlathi uthe esitatimendeni uDlakude washayela unkosikazi wakhe ucingo emtshela ukuthi udunwe imoto.

Uphenyo, nakuba kunjalo, ludalule ukuthi uDlakude kungenzeka ukuthi waqamba amanga ngokudunwa.

"Ngemuva kokuba amaphoyisa ebone ukuthi imininingwane yale ndoda ngalolu daba iyashayisana, ayibophela icala lokuqamba amanga," kuqhuba uHlathi.

UDlakude ugcine echithe ubusuku esesitokisini.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.