Uwavumile amacala umama wengane 'eyathunjwa' eThekwini

2017-12-13 14:00

Durban - Umama waseThekwini usevumile ngokuqamba amanga ngokuthunjwa kwendodakazi yakhe ekuqaleni konyaka.

Lo wesifazane ulivumile icala lokukhwabanisa, ukuphmbana nengalo yomthetho nouqamba amanga eNkntolo yesiFunda eThekwini, ngoLwesithathu ekuseni.

Igama lakhe ligodlwe ngenhloso yokuvikela ingane yakhe esencane.

Imibiko yokuthunjwa kwngane maphakathi nedolobha iTheku yadala ukuba kusukume bonke abantu kubalwa amaphoyisa, onogada ngisho nezakhamuzi kufunwa le ngane kulo nyaka.

OLUNYE UDABA:Lihlehlile futhi elengane 'eyathunjwa' eThekwini

Leli cala laphinde lasabalala ezinkundleni zokuxhumana, inqwaba ikhulekela ukuthi le ngane ibuye isaphephile ngemuva kokuba umama nobaba wayo becele usizo emphakathini.

Ngemuva kweinsuku ezimbili kwenzeke isigameko, amaphoyisa amisa imoto eMariannhill Toll Plaza athoola ingane iphakathi, kunendoda eyathi ngaleso sikhathi inguyise wengane, woqobo.

Kusolwa ukuthi umama wengane owanika isoka lakhe ingane.

Bobabili baboshwa, ingane yayogcinwa endaweni ephephile.

uslwa ukuthi wanika isoka lakhe 

Lo wesifazane kuliondeleke ukuba agwetshwe ngonyaka ozayo.

Icala lalowo asolwa naye lizoqhubeka ngenyanga ezayo.


 - The Mercury

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.