Uwe wayosacazeka phansi osolwa ngokweba eGateway

2016-07-12 16:01

Durban – Owesilisa, okukholakala ukuthi ubentshontsha kwesinye sezitolo enxanxatheleni yezitolo iGateway, eMhlanga, ulimale kanzima ngesikhathi ewa eyosacazeka phansi ngoMsombuluko ebusuku.

Kukholakala ukuthi le ndoda ibizama ukubalekela unogada ngesikhathi iwa isuka esitezi sokuqala.

OLUNYE UDABA: Umakhi uthanqazeke phansi washona esebenza

Okhulumela iNetcare911, uChris Botha, uthe le ndoda iphuthunyiswe esibhedlela ilimele kabi.

“Uyiswe eMahatma Gandhi Hospital kanti usesimeni esibucayi ngemuva kokuwa kabuhlungu,” kusho uBotha.

Kuthiwa kutholakale ogawini abebiwe kwesinye sezitolo esidumile endaweni yesigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.