Owesifazane uthinte uthayela wendlu, washokheka washona

2017-11-04 13:11

Cape Town – UYoliswa Gqwetha wasemijondolo yaseMarikana, ePhilippi, kubikwa ukuthi ushonile ngemuva kokuthinta uthayela okwakhiwe ngawo indlu yakhe.

Uwe embhedeni ngemuva kokuvukwa yisifo sokuwa ekuseni ngoLwesine odlule, kubika iGroundUp.

Lona oneminyaka engu-27 ubudala ushiye emhlabeni izingane zakhe ezimbili, eneminyaka eyisithupha ubudala kanye nenye eneminyaka eyisikhombisa.

"Ngithole uYoliswa ephansi ngemuva kokuzwa umsindo omkhulu ekamelweni lakhe, uusho umfowabo omdala.

OLUNYE UDABA: Umkhokheli 'ugweve' nendoda yomuntu

"Ngesikhathi ngizama ukumdonsa ngengalo, ngivele ngashokheka. Ngizamile ukumdonsa nangemilenze, ngaphinde ngashokheka futhi. Ikhanda lakhe kanye nengalo bekuthintene nothayela.”

Ubize omakhelwane ukuba bazomsiza, kodwa ngeshwa washonela khona lapho phansi.

"Akafikanga nasesibhedlela," esho.

Umndeni ukholelwa ukuthi ushokhwe wugesi. Isitifiketi sokufa kwakhe sithi kusaphenywa ngembangela yokushona kwakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.