Uxoshiwe emsebenzini olale nonkosikazi kazakwabo - Umbiko

2016-07-02 11:09

Abuja – Umbutho wezempi eNigeria usufake amasondo udokotela wamasosha kulandela ukumthola enecala lokulala nonkosikazi kazakwabo.

Ngokusho kumbiko wePremium Times, inkantolo yombutho wezempi yasola uLieutenant Musa Mustapha Bature ngokulala nonkosikazi welinye isosha, owayeyisiguli sakhe.

OLUNYE UDABA: Uxoshiwe obedansa ezephula emsebenzini

UBature uphinde walahlwa yicala lokungaziphathi kahle ngokocansi.

Lo dokotela uwavumile wonke amacala abekwle wona wabe esecela inkantolo ukuba ithambise isandla uma seyehlisa isigwebo.

Nokho umbutho ukhethe ukumxosha emsebenzini.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.