Uxoshiwe udokotela okhiphe izindaba ngesibhedlela

2016-07-12 19:01

Nairobi – Udokotela wase-Isiolo County, eKenya, ulahlekelwe umsebenzi kulandela ukubika ngezinkinga ezikhona ngaphakathi esibhedlela.

Kuthiwa isibhedlela sixoshe uSuperintendent Abdikadir Mohammud ngemuva kokuveza ukuthi i-Isiolo Level Four Hospital ifakela iziguli igazi eselidlulelwe yisikhathi ngenxa yokuthi liyashoda.

OLUNYE UDABA: Kuxoshwe isikhulu ngokushona kobekhulelwe amawele

Umbiko weStandard wabika ngasekuqaleni kwalo nyaka ukuthi uMohammud waphinde waveza ukuthi kwesinye isikhathi iziguli zilala zingadlile.

Kubiwa ukuthi isikhulu sesibhedlela saqhasabula ngempama uMohammud phambi kwabanye abasebenzi ngaphambi kokumxosha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.