Uxoshiwe umbhishobhi owangcwaba umkakhe emagcekeni esonto

2016-12-10 18:31

Cape Town – Uxoshiwe uMbhishobhi webandla lama-Anglican kulandela isenzo sakhe sokungcwaba umkakhe emagcekeni ebandla.

Ngokwemibiko yephephandaba i-New Zimbabwe.com, leli bandla lisahlela izindlela zokubuyisa isithunzi salo kulandela lesi sigameko.

"Alikho ihlazo isizobhekana nalo elidlu la leli,"kusho ilungu laleli bandla.

Kuthiwa akuhambisani nenqubo yaleli bandla ukungcwatshwa kwesidumbu somuntu emagcekeni ngalendlela.

OLUNYE UDABA:Bashaye umlimi befuna ukungcwaba ngenkani

Umbhishobhi uLazarus Muyami wangcwaba umkakhe kule ndawo ngomhlaka 26 kuNovemba futhi emngcwaba phakathi esontweni.

Kuthiwa lomfundisi wathi nguyena onegunya lokulawula okwenzeka kuleli sonto njengoba kunguyena owazama imizamo yokuthola uxhaso lwazimali ukuze kwakhiwe isikole kanye nesonto.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.