Uxoshiwe umfundisi obanjwe nenhloko nemithi esontweni

2016-05-03 10:01

Johannesburg - Umfundisi ozinze eRustenburg eNorth West ubanjwe nenhloko yenkomo neminye imithi esontweni lakhe ngoMsombuluko.

Umfundisi uGodfrey Mangwiro odabuka eZimbabwe waqala ibandla lakhe iRevival for God ngo-2013 kanti futhi ibandla lakhe selinabazalwane abaningi.

Yize kunjalo izinto zaguquka ngeSonto ngesikhathi abazalwane bedansa kwavela into ebukeka njengekhala phansi. La bazalwane ababethukile naphuthuma balanda amathuluzi baqala bamba phansi bacishe baquleka ngesikhathi behlangabezana nenhloko yenkomo.

OLUNYE UDABA:Usale nenkebenkebe yengozi umfundisi "onomlomo omanzi"

Omunye wabazalwane uNaledi ukhulume neMzansi wathi: "Lo mfundisi wayenza izimangaliso elapha nabantu. Manje sesiyazi ukuthi amandla akhe avela kusathane.

Ngemuva kwesigameko lo mfundisi uxoshiwe emphakathini isonto lakhe lathungelwa ngomlilo. Waphoqwa nokuthi ahambe nenhloko nemithi yakhe.

Amanye amalungu omphakathi abefuna ukumngenela ngesibhaxu ambulale kodwa amaphoyisa amhlenga.

Akwaziwa ukuthi uyekuphi kodwa abanye abantu babona ukuthi ubuyele kwelakubo eZimbabwe, kubika iMyZimbabwe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.