Uyalulama unkosikazi kaMengameli ngemuva kokuhlinzwa

2018-03-16 11:00

Johannesburg - UDkt Tshepo Motsepe ongunkosikazi kaMengameli wezwe uyalulama esibhedlela ngemuva kokuhlinzwa.

Lokhu kuvezwe nguSomlomo kaMengameli uCyril Ramaphosa ngoLwesine.

"Singakuqinisekisa ukuthi ungeniswe esibhedlela ekuqaleni kwaleli sonto," kusho uKhusela Diko okhulumela uMengameli.

OLUNYE UDABA: Uvelile enkantolo umfundi usolwa ngokubulala umzala wakhe, 30

UDiko uthi umkamengameli ululama kahle kanti kulindeleke ukuba aphume esibhedlela ngempelasonto.

UMotsepe, ongudokotela, kuthiwa welulamela esibhedlela esiseGoli.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.