Uyaphila owayengumdlali weBafana okuthiwe uzibulele

2017-06-01 18:00

Cape Town – Inkakha yomdlali owayedlalela iqembu lesizwe, iBafana Bafana – nohamba phambili ngokushayela iqembu lesizwe amagoli - uBenni McCarthy, uphila saka.

Lona owayengumgadli weBafana kubikwe ukuthi uzibulalele eLondon, ngokombiko we-elpais-tv.com.

Kodwa-ke kucace bha ukuthi lawa bekungamanga aluhlaza njengoba le nkakha eneminyaka engu-39 ubudala iqinisekise ukuthi isaphila.

OLUNYE UDABA: Owe-PSL unxusa iPirates ukuthi isayinise uSteven Pienaar

Le mthombo wezindaba uthe: “UMcCarthy useshonile eneminyaka engu-39 ubudala. Obaziwa kakhulu ngamagoli [emidlalweni] yamazwe eNingizimu Afrika, uMcCarthy utholwe amaphoyisa eshonile emotweni yakhe namuhla ekuseni. Imbangela yokufa kwakhe kukholakala ukuthi amanxeba okuzidubula.”

Kodwa-ke le nkakha eyazalelwa eKapa ibuye yaphawula ngokuhamba kwesikhathi ngalo mbiko enkundleni yezokuxhumana uFacebook nalapho iziphike khona lezi zindaba yaphinde wathi: “Kusenjalo kuFacebook, ngiyindoda efile.”

Lo mgadli owayengalibheki ipali ngezikhathi zakhe wadlala izikhathi ezingu-80 kuBafana nalapho avalela khona enethini amagoli angu-32 esikhathini esiyiminyaka engu-15. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.