Uyaqhubeka umbango wobuholi kwaShembe

2017-10-23 09:31

Durban – Umbango wokuhola ibandla lakwaShembe ubheke eNkantolo eNkantolo yaKwaZulu Natal ngoMsombuluko.

UMduduzi Shembe, okuyindodana yomholi webandla uVimbeni Shembe osewakhothama, wafaka amaphepha enkantolo okudlulisa icala ngemuva kokukhala ngaphansi embangweni wesikhundla noVela Shembe ngoMeyi nyakenye.

Inkantolo yathola ukuthi uVela Shembe nguyena okufanele ukuba ahole leli bandla, engena ezicathulweni zikaMvimbeni Shembe.

OLUNYE UDABAKulindeleke avele enkantolo ummeli osolwa ngokushaya

Kwathatha iminyaka emihlanu ukuba inkantolo iphothule lo mbango ophakathi kukaMdududzi Shembe noVela Shembe.

Umbango wobuholi waqala ngo-2011 ngesikhathi kukhothama inkosi uVimbeni Shembe.

Emngcwabeni wakhe, kwamenyezelwa amagama ababili abazohola ibandla. Lokhu kwadala uqhekeko ngaphakathi ebandleni.

Ukulalelwa kwalolu daba kulindeleke kudonse izinsuku ezintathu, kusukela ngoMsombuluko mhlaka 23 Okthoba, 2017, eNkantolo eNkulu eMgungundlovu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.