Uyaqhubeka umcimbi ohlelwe abakwaNcwane

2016-12-31 13:31

Durban - Lo mcimbi owasungulwa uSfiso Ncwane eminyakeni eyisikhombisa eyedlule uyaqhubeka yize ingasekho le nkakha yomculo wowokholo.

Kulo nyaka abe-Ncwane Communications bathe lo mcimbi uzoba ngowokukhumbula lesi sihlabane esisanda kusishiya ngokukhulu ukuzuma.

Lo mcimbi uzoqala ngehora lesithupha eDurban Centrum Park eduze kwaseWorkshop Shopping Centre.

OLUNYE UDABA:Uthisha udakwe waphazamisa umcimbi kamasipala

Eminye imicimbi:

Ungasali wedwa ungazi ukuthi kumele wenzenjani, nobani futhi kuphi njengoba ziziningi izinhlelo zokuhlukanisa unyaka.

Umcimbi waminyaka yonke iFact Durban Rocks uyaqhubeka nakulo nyaka enkundleni iMoses Mabhida. Lo mcimbi ozophelezelwa iFact Capetown Rocks ezobe iseKapa kanti futhi kunomunye wesithathu ofanayo ozobe useMgungundlovu.

Nawe Mhlathuze awumncinane njengoba kuhlelwe indumezulu yomcimbi wokuhlukanisa unyaka nokuyilapho okuzokhethwa khona ingoma ezohlukanisa unyaka.

Kwezinye izindawo?

Sithumele izithombe sibone ukuthi ukuphi nobani futhi nenzani.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.