Uyavela enkantolo osolwa ngokubulala umfundi

2016-12-19 07:40

Cape Town – Umakhi oboshwe ngecala lokubulala umfundi wase-Stellenbosch University, uRobyn Pearce, kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi yaseKapa ngoMsombuluko.

UPearce, 20, watholakala eshonile efulethini likanina eliseSea Point ngoDisemba 2.

OLUNYE UDABA: Sekuphinde kwabulawa elinye ikhansela eKZN

Inhloko ye-Special Investigations Unit eKapa, uReynold Talmakkies, phambilini uthe imininingwane abayithole emphakathini eholele ekuboshweni komsolwa.

Amalungu omphakathi abona igazi ezingubeni ayezigqokile ngesikhathi sesehlakalo kanye nesikhali okukholala ukuthi sabulawa ngaso isisulu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.