Uyavela enkantolo osolwa ngokudlwengula amadodakazi

2017-01-23 07:20

Johannesburg – Usomatekisi osolwa ngokudlwengula amadodakazi akhe amabili kanye nomshana uzovela eNkantolo yesiFunda ePalm Ridge ngoMsombuluko.

IWomen and Men Against Child Abuse (WMACA) ithe owesilisa usolwa ngokudlwengula izisulu, eziphakathi kweminyaka engu-12 kuya ku-17 ubudala, iminyaka emihlanu kusukela ngo-2007 kuya ku-2013.

"Umsolwa wayehlukumeza izingane engafuni nokuthi zibenobudlelwane nabanye abantu. Wadlwengula indodakazi yakhe eyikhombe ngesibhamu ngelinye ilanga ethole inamba yocingo lomfana kumakhalekhukhwini wayo.”

OLUNYE UDABA: Kushone abathathu ezingozini ezahlukene

I-WMACA ithe usolwa nangokushaya ngenhloso yokulimaza, ngemuva kokushaya indodakazi yakhe eyayikhulelwe ngaleso sikhathi, eyagcina iphuphunyelwe yisisu.

I-WMACA iqhube yathi umshana yena wazala ingane ayeyimithiswe ngumsolwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.