Uyavela enkantolo usomabhizinisi osolwa ngokubulala unina

2017-10-02 09:19

Polokwane – Usomabhizinisi waseLimpopo onguRameez Patel kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi ePolokwane ngecala lokubulala unina.

Owesifazane osekhulile udutshulwe wabulawa ngumuntu ongaziwa emzini wakhe ngenyanga edlule.

Lo somabhizinisi uboshwa nje ubhekene nelinye icala lokubulala umkakhe oneminyaka engu-28 ubudala.

OLUNYE UDABA: Usesimeni esibucayi odutshulwe emgwaqeni

Umkakhe washaywa, waklinya , wabe esedutshulwa emzini wabo.

Umsolwa nokho uyaliphika necala lokubulala umkakhe, njengoba ethi wabulawa yizigebengu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.