Uyavela lowo owayengumengali kuleli ngawenkohlakalo

2018-04-06 08:12

Durban - Lowo owayenguMengameli wakuleli uJacob Zuma kulindeleke ukuba avele eNkantolo eNkulu yaseThekwini namuhla (ngoLwesihlanu) ngamacala enkohlakalo.

Njengoba kulindeleke ukuba inkantolo iqale ukusebenza ngo-09:30 namuhla ekuseni, abeseka uZuma bekulindeleke ukuba bahlangane namuhla ekuseni ngaphandle kwenkantolo.

OLUNYE UDABA:Kuzoba nomlindelo wokweseka uZuma eThekwini

INational Interfaith Council of South Africa isebenzisana neCommission for Religious Affairs, ibinomlindelo ngoLwesine ebusuku ngaphambi kokuba uZuma avele enkantolo. Bekuhlelwe imashi "nomkhuleko omkhulu" namuhla ekuseni.

Kwisithangami sezindaba ngoLwesithathu, uBishop Bheki Ngcobo utshele izintatheli ukuthi basebenzisana namaphoyisa ukuqinisekisa ukuthula.

 - Twitter:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.