Uyavela ocekele phansi impahla yakwa-KFC

2016-05-13 14:31

Polokwane – Iyavela indoda efike ngezikhathi zesidlo sasemini esitolo sokudlela iKentucky Fried Chicken (KFC) Marble Hallyabulala impahla ngaphakathi.

Ngaphandle kwesizathu ivele yaphihliza amawindi yaphula nomshini ka-ice cream namathili, kusho uConstable Lehunya Mmuroa.

"Le mpahla ilinganiselwe emalini engu-R250 000," usho njalo.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe owebe i-KFC nomsakazo emotweni eKapa

Amaphoyisa abizelwe endaweni yesigameko afica le ndoda yopha ngemuva kokulinyazwa ebikwenza.

Le ndoda iphuthunyiswe esibhedlela iqashwe ngamaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa aseLimpopo uColonel Ronel  Otto uthe isigameko senzeke ngesikhathi sesidlo sasemini ngoLwesibili.

U-Otto uthe le ndoda kukholakala ukuthi ineminyaka ebalelwa kwengu-20 ubudala kuzwakale ukuthi iphume esibheldlea ngoLwesine kanti izovela enkantolo yemantshi yaseGroblersdal namuhla ngecala lokucekela phansi impahla.

Omunye wabaphathi bakwa-KFC Africa uDoug Smart uthe bayazi ngesigameko.

"Udaba seludluliselwe kwiziphathimandla kanti futhi sibambisene njengoba kuphenywa."

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter




Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.