Uyavela osolwa kwelathisha wasePE

2016-07-19 10:01

Port Elizabeth – Kulindekele ukuba kuvele omunye umsolwa enkantolo namuhla ngokubandakanyeka ecaleni lokubulawa kwathisa wasePort Elizabeth, uJayde Panayiotou.

Le ndoda ifakwe esitokisini ngeSonto kanti kulindeleke ukuba ivele enkantolo ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Ubuyela enkantolo osolwa ngokubulala unkosikazi

UChristopher Panayiotou usolwa ngokuba ngungqondongqondo esigamekweni sokubulawa kwankosikazi wakhe. Ngenyanga ephelile wanqatshelwa ibheyili owesithathu.

INational Prosecuting Authority ithi ukunqatshelwa ibheyili kwaPanayiotou okwesithathi kuveza khona uikuthi icala labo linesisisndo kunalo somabhizinisi wasePort Elizabeth.

UPanayiotou uthweswe icala lokwakha uzungu lokubulala, ukuthumba, ukuphanga, ukubulala nokuphambana nengalo yomthjetho.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.