Uyavela osolwa ngokubulala izingane ezimbili eGoli

2016-08-10 13:31

Johannesburg – Owesilisa oneminyaka engu-40 ubudala kulindeleke ukuba avele enkantolo ngezinsolo zokubulala izingane ezimbili eGermiston, eGoli.

Lezi zingane ezimbili ezineminyaka engu-8 ubudala, okukholakala ukuthi zingabazala, zitholwe ebhilidini elingasahlali muntu ngalapho zalahleka khona, ngeSonto.

Amaphoyisa awakwazanga ukuqinisekisa ukuthi ngabe umsolwa uyisihlobo salezi zingane noma cha.

OLUNYE UDABA: Uzobekwa amanye amacala osolwa ngokubulala intombi

Lezi zingane zatholakala zilimele kabi emakhanda, kepha akucaci okwamanje ukuthi zashona kanjani.

Okhulumela amaphoyisa uNoxolo Kweza uthe: “Okwamanje akulula ukusho ukuthi lezi zingane zashona kanjani. Lokhu kuyovela uma sekuhlolwe izidumbu.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.