Uyavela osolwa ngokubulala izingane zandawonye eGoli

2016-08-11 07:30

Johannesburg – Owesilisa kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseGermiston ngoLwesine njengoba ebhekene namacala amabili okubulala abazala.

Izidumbu zikaKefilwe noThato Motaung, bobabili abaneminyaka engu-8 ubudala, zatholwa ebhilidini elingasasetshenziswa elingemuva kwamakhaza aseGermiston ngoMsombuluko.

Lokhu kuvezwe ngumkhulu wabo ngoLwesithathu, uLelala Motaung.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele osolwa ngelokubulala eKapa

Kuthiwa lezi zingane zashaywa ngesikhali esibuthuntu zaze zashona, kanti izidumbu zazo zazithukuswe ngaphansi kukaseyili.

Le ndoda, 40, zayikhalela ngemuva kokuthi amakhamera e-CCTV ayibona ihamba nalezi zingane esitolo sendawo.

Umsolwa kuthiwa ubejwayelene kakhulu nomndeni wezisulu, kanti futhinazo bezimethemba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.