Uyavela osolwa ngokudlwengula isisebenzi sasendlini

2017-11-02 11:00

Johannesburg - Liyahlala icala le ndoda eneminyaka engu-45 ubudala esolwa ngokudlwengula isisebenzi sasendlini yasiphoqa nokuthi silale nesilwane.

Leli cala kulindeleke ukuba lihlale eNkatolo yeMantshi yaseBronkhorstspruit namuhla (ngLwesine). 

Le ndoda ibhekene namacala angu-7 okubalwa kuwo elokudlwengula, elokuthumba, amathathu okunukubeza ngokocansi nelokucekela phansi impahla.

OLUNYE UDABA:Uboshiwe owesilisa obhokode isisebenzi sasendlini ngommese

Umsolwa kulindeleke ukuba afake isicelo sebheyili kulandela ukuhlehliswa kwecala ngesonto eledlule.

Kusolwa ukuthi umsolwa wavalela isisulu egumbini ngesikhathi sokushayisa kwaso.

Umsolwa wabe esevala umnyango ngetafula elikhulu eliyinsimbi, isisulu wasiphoqa ukuba senze ucansi naso kanye nenja.

Lolu daba lwasusa omkhulu umsindo, izinhlangano eziningi kulindeleke ukuba zibhikishe ngaphandle kwenkanto ngenhloso yokweseka isisulu.

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.