Uyavela osolwa ngokukhiqiza ama-Smart card ongambombayi

2016-07-25 12:31

Johannesburg - Uzovela enkantolo yesiFunda saseBrits usomabhizinisi osolwa ngokukhiqiza omazisi abasha ama-Smart Card angumgunyathi namuhla (ngoMsombuluko).

USimon Pelle weLetlhabile oneminyaka engu-46 ubudala waboshwa ngoJulayi ngonyaka ophelile ngemuva kokucushwa amaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Uyavela osolwa ngokwenza nokudayisa izitifiketi nama-iID

UPelle uphinde abhekane necala lokukhwabanisa ngokukhiqiza nokudayisa izitifiketi zikamatikuletsheni nezokuzalwa.

Kusolwa ukuthi uPelle ubegasela abantu bokufika kuleli abadabuka eZimbabwe naseMozambique abasebenza emapulazini eBrits.

Kusolwa ukuthi ubebakhikhisa imali engu-R1 500 ngomazisi uwodwa.

Njengamanje ungaphandle ngebheyili yemali engu-R10 000, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.