Uyavela osolwa ngokuqamba amanga ngokudunwa

2017-11-06 09:30

Johannesburg - Kulindeleke ukuba ivele eNkantolo yeMantshi yasePort Elizabeth ngoMsombuluko indoda eneminyaka engu-29 ubudala ngecala lokuqamba amanga ngemuva kokubika ukuthi iduniwe ibe ingadunwanga," kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngeSonto.

Kwaphinde kwezakala ukuthi le ndoda idunwe ngowesifazane okusolwa ukuthi ungumngani wayo.

Kusolwa ukuthi le ndoda yabika emaphoyiseni ukuthi idunwe phakathi kwezithuba zabo-22:00 no-23:00 ebusuku ngoLwesihlanu ngesikhathi isaphumile emotweni iyoshobinga ekhoneni likaParliament noRose Street ePort Elizabeth, kusho uColonel Priscilla Naidu.

OLUNYE UDABA:Zimkhalele oqambe amanga ngokubanjwa inkunzi

"Le ndoda yaphinde yathi yahlaselwa ngamadoda amathathu ayidushela emotweni yayo ahamba nayo aze afika kuHavelock Street lapho eyabanjwa khona inkunzi yaphucwa imali, iselula nezikhiye zemoto," usho njalo.

Iveni lale ndoda lalithwele iwayini, kodwa alizange lebiwe lona. Kwavulwa icala lokuduna emaphoyiseni eHumewood.

"Abaseshi babanezinsolo ngokushiwo yile ndoda kwathi uma beqhubeka nophenyo bathola ukuthi iqambe amanga.

"Le ndoda yayipake kuHavelock Street nowesifazane emotweni. Yabanjwa inkunzi, iselula, u-wallet nezikhiye zemoto. Amaphoyisa avulele le ndoda icala lamanga yabe isiboshwa," kusho uNaidu.

– African News Agency (ANA)

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.