Uyavela osolwa ngokushushumbisa izidakamizwa egibele itekisi

2017-10-02 14:04

Johannesburg - Indoda eneminyaka engu-30 ubudala kulindeleke ukuba ivele eNkantolo yeMantshi yaseKomatipoort eMpumalanga namuhla (ngoMsombuluko).

Okhulumela amaphoyisa uColonel Mtsholi Bhembe uthe le ndoda yayihambisa izidakamizwa zohlobo lwe-cocaine zemali engu-R700 000 igibele itekisi ngesikhathi iboshwa ngoMgqibelo ebusuku eKomatipoort.

OLUNYE UDABA:Kutholakale ezinye izidakamizwa ezisuka eSao Paulo e-OR Tambo

Le ndoda yatshela amaphoyisa ukuthi isuka eMozambique ilibangise eGoli.

"Ngesikhathi iboshwa, le ndoda eyayingenayo i-passport, yathi ibingazi yona ukuthi iphetheni njengoba leli phasela yalinikwa ngomunye umuntu waseMozambique. 

"Ithe yatshelwa ukuthi ilinikeze umuntu oseGoli," kusho uBhembe.

 - African News Agency

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.