Uyavela owabiza abamnyama ngamakhafula

2016-07-13 10:02

Johannesburg - UVicky Momberg owqoshwa kwivideo ephimisa amagama okucwasa ngebala emaphoyiseni ayezama ukumsiza ngemuva kwesigameko sokubanjwa inkunzi uyavela eNkantolo yeMantshi yaseRandburg namuhla (ngoLwesithathu).

Ivideo yasabalala ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kwesigameko esenzeka eNorthriding, eGoli.

OLUNYE UDABA: Uthweswe icala oqoshwe kwivideo ebiza abamnyama ngamakhafula

Kule video uMombberg wayelokhu esebenzisa igama elithi ikhafula engafuni nokusizwa ngamaphoyisa abantu bebala elimnyama, ethi abazi lutho.

UMomberg uzobhekana necala lokuthuka inhlamba.

IKhomishana yamaLungenlo Abantu nayo izovulela uMomberg icala eNkantolo yokuLingana.

UMomberg uthe wayethukile ngemuva kwesigameko wenqaba ukuqhubeka aphawule, kubika i-eNCA.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.