Uyavela ozame ukufumbathisa owakwaMasipala waseGoli u-R5 000

2018-02-19 08:13

Johannesburg - Isakhamuzi saseGoli esizame ukufumbathisa iomunye wabasebenzi bamakasipala ngo-R5 000 sizovela eNkantolo yeMantshi yaseGoli namuhla (ngoMsombuluko).

Lesi sakhamuzi siboshwe eMayfaie ngoLwesine ngemuva kokuzama ukufumbathisa lesi sebenzi esasiyiyingxenye ye-Operation #Buyamthetho.

I-#Buyamthethi yethulwa wumkhandlu waseGoli ngemizamo yokuqeda ngamanzi nogesi axhunywe ngokungemthetho nokuphoqelela imithetho kaMasipala.

OLUNYE UDABA:Ushokhwe ugesi obesinde engozini yemoto

Umsolwa kukholakala ukuthi unomuzi okweleta imali engu-R900 000 wama-rate.

Ngesikhathi abasebenzi bakamasipala befika kulo muzi, bathola ukuthi ugesi uxhunywe ngokungemthetho.

Umsolwa wakhipha imali engu-R5 000 ebavimba ukuba bangawukhiphi igesi wakhe.

Umsolwa waboshwa wagcinwa esitokisini sesiteshi samaphoyisa aseGoli.

IMeya yedolobbha uHerman Mashaba uthe useyalelel amaphoyisa akwaMasipala waseGoli ukuba aqaphe imizi okukokotelwe kuyo ugesi namanzi.

Sekuboshwe abantu abangu-7 selokhu kuqale lo mkhankaso we-#Buyamthethi.

 - Daily Sun

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.