Uyedwa obevaleleke etekisini ngemuva kwengozi - eThekwini

2017-01-28 15:03

Durban - Umuntu oyedwa utholakale evaleleke phakathi etekisini, kunabanye abagibeli abangu-13 abalimele engozini yetekisi.

Le ngozi yenzeke kumgwaqo omkhulu u-M4 eWestbrooke ngoMgqibelo.

UChris Botha okhulumela abe-Netcare 911 uthe bafikisane nabezicishamlilo kule ndawo bathola itekisi lilele eceleni komgwaqo,

OLUNYE UDABA:Kudaleke ingozi owesilisa ebamba umshayeli wetekisi ngobhongwane

"Ebantwini abangu-14 abalimele, babili abalimele kakhulu. Kusetshenziswe udlawu olukhulu ukulula itekisi ukuze kukhishwe oyedwa obevalelekile.

UBotha uthe okwamanje akukacaci kahle ukuthi yini imbangela yale ngozi.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.