Uyedwa ophekwa ngemibuzo ngokutholakala kwezidumbu ezintathu

2016-11-07 13:36

New Jersey – Abezomthetho babambe owesilisa waseNew Jersey ngesigameko sogwazana esenzeke ngempelasonto.

Kulesi sigameko kutholakale owesimame kanye nezingane ezimbili ngeSonto ntambama, kubika i-AP.

Abashushisi badalule amagama alabo abashonile, u-Aerial Little Whitehurst, 8, no-Al-Jahon Whitehurst, 11, bobabili bashonele esibhedlela kanti owesimame nguSyasia McBurroughs, 23.

Abanye abalimele owesimame oneminyaka engu-29, umfana, 13, kanye nentombazane, 13, bona basesimweni esibucayi esibhedlela.

OLUNYE UDABA:Uphekwa ngemibuzo umshayeli wengozi ebulale abafundi

Amaphoyisa athathe owesilisa uJeremy Arrington, 26, ophekwa ngemibuzo ngokutholakala kwalezi zidumbu okusolakala ukuthi bahlaselwa ngoMgqibelo.

Okwamanje lo mlisa akakabekwa amacala okuhlasela, kanti usolwa ngamacala okunukubeza ngokocansi, okushaya ngenhloso yokulimaza namanye amacala enzeka ngomhlaka-9 kuMfumfu kuwo lo nyaka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.